UMHOLI weMKP, uMnuz Jacob Zuma, ubona iqembu lakhe lizozidlela amahlanga okhethweni lohulumeni basekhaya oluzayo emva kokuba ethintwe isandla sendoda kaNkulunkulu ayibone ngesikhathi evakashele ...
“ELimpopo khona kube nangu-12 anokuthula. EMpumalanga abangu-9 anokuthula, eyodwa yaba nodweshu. ENorthern Cape kube namamashi amane anokuthula, kwathi amabili anesixakaxaka,” kusho uLt Gen Mosikili.
KULINDELWE inzuzo yemali elinganiselwa ku-R798 million emnothweni wedolobha iTheku ngempelasonto yangesonto elizayo yomjaho wamahhashi nezemfashini waminyaka yonke iHollywoodbets Durban July. Lokho ...
UMLINGISI olingisa indawo kaNamhla kwiGenerations The Legacy, uThulisile "Thuli P" Phongolo, ubhoboke ngesibalo sabantu besilisa aseke walala nabo. UThuli P, obuye abe nguDJ wasezindaweni zobumnandi, ...
INHLOKO yoKlebe KwaZulu-Natal osamisiwe uLeseja Senona wesulile esikhundleni sakhe ngokushesha. USenona uke wethula ubufakazi kwiKhomishini kaMadlanga emasontweni edlule mayelana nokulahleka ...
Amaphoyisa KwaZulu-Natal abophe abasolwa abahlanu mayelana nezigameko ezithinta ukugqekeza amabhizinisi eWoody Glen elokishini laseMpumalanga, eHammersdale ezintatha zangoLwesibili, mhla ka-30Juni.
Amaphoyisa akuleli aphenya isehlo sokudutshulwa kukaMaj-Gen Feroz Khan ebusuku ngeSonto. Kubikwa ukuthi ubeshayela kuThird Avenue, eHoughton, ngesikhathi oshayasibhamu behamba ngeMercedes Benz ...
Umshayeli webhasi waseMalawi oneminyaka engu-39 ubudala ugcinwe esitokisini ngemuva kokutholakala ephethe iziqhumane ezifihliwe emasakeni elayisi eBeitbridge Border Post. Ngokusho kweNational ...
AZOBE esebenza njengokujwayelekile amatekisi kuleli namhlanje njengoba kunamamashi achitha abantu bakwamanye amazwe, abakuleli ngokungemthetho. Lokhu kuvezwe ngumengameli wenhlangano yamatekisi, ...
KUHLATSHWE ikhwelo emaphoyiseni ukuthi angasebenzisi indlakadla, acheme nohlangothi oluthile noma enzelele emamashini okuchitha abantu bakwamanye amazwe abafohlile KwaZulu-Natal. Ukhukhulelangoqo ...
SIVALWE ngo-Oliver Sorin onomlando wokusebenza nonozinti abagqamile ebholeni lomhlaba isikhala sesithandwa sabalandeli beKaizer Chiefs, u-Ilyes Mzoughi, engavuselelwanga inkontileka yaso ephela ...
UKUTHWALA kanzima ulwa nokuba nekusasa eliqhakazile ngokuzithwasisa ngolwazi lwemfundo, uncike emndenini nezihlobo zakho ukukweseka kwenza ukuthi ukuthola umsebenzi wakho wokuqala ngqa kube yinjabulo ...