UMHOLI weMKP, uMnuz Jacob Zuma, ubona iqembu lakhe lizozidlela amahlanga okhethweni lohulumeni basekhaya oluzayo emva kokuba ethintwe isandla sendoda kaNkulunkulu ayibone ngesikhathi evakashele ...
KULINDELWE inzuzo yemali elinganiselwa ku-R798 million emnothweni wedolobha iTheku ngempelasonto yangesonto elizayo yomjaho wamahhashi nezemfashini waminyaka yonke iHollywoodbets Durban July. Lokho ...
“ELimpopo khona kube nangu-12 anokuthula. EMpumalanga abangu-9 anokuthula, eyodwa yaba nodweshu. ENorthern Cape kube namamashi amane anokuthula, kwathi amabili anesixakaxaka,” kusho uLt Gen Mosikili.